umthunyelelwa umuthi uyangena lapho kuthakwa khona imithi yecala, uyangena lapho kwenziwa khona isikhafulo, uyangena lapho kwenziwa khona idliso lomoya.

Mthunyelelwa tree

Mthunyelelwa umuthi uyangena emthini wecala. Uyangena emthini wezitha, uyangena emthini wokubuyisela emuva ubhaxabule umthakathi okuthakathayo. Umthunyelwa uyangena kwisikhafulo esihambisana nomchamo wakho.

Isikhafulo sefoni usebenzisa umthunyelelwa

Isikhafulo sephone usebenzisa umthunyelelwa, uyamkhafula usathandana naye ukuze akukhumbule akuthande kakhulu, uyamkhafula futhi ufuna ukumbuyisa.

umuthi wokuphindisa izinduku emuva. Chela ikhulumise uphindise emuva iyagquma iyageza iyaphalaza

Buyisa isikweletu kulabo abakukweleta imali.

Ukubuyisa intombi yakho

Ukubuyisa intombi yakho eyakushiya, dlula ekhemisi eseduze nawe bese uthenga lemithi uyigaye ukhafule umuntu wakho ungalali : MLOTHA WAMA NDIYA, MHUNGULO, UMUSA,UMUNYU, MMEMEZI OBOVU,SEHLULA MANYE,MMEMEZI OMHLOPHE, WOZA WOZA, UNGINAKILE,SONDEZA, MTHUNYELELWA,UZIBUTHE IKHUBALO, MKHAPHA LANGA, ZIFUNELE, MOYA WEZWE, ABANQONQOZI, ABAKHONGI, MZANENO,ZULA AZE AYITHOLE, ABAPHAPHI.

Ukuphupha umthunyelelwa

Amaphupho ngomuthi umthunyelelwa, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umthunyelelwa ? Ukuphupha umuthi umthunyelelwa ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp